Wednesday, May 11, 2011

kuku poem

Kuku uyakha, kuku uyadiliza...

Kuku uyazala, kuku uyabulala...

Izenzo zakho zehlula amagama, wena kukukazi...

Wena owisa amadoda aqotho!!

Wena kuku wahlula inja ithi i thath'u mphako...

Wena kuku wa thothobalisa u Samson...

Wena kuku wa xoshisa u Bill Clinton e White House...

Wena kuku wa xoshisa u Adam e ntsimini yase Eden...

Wena kuku wacishe wavalela uMsholozi amathuba wokubusa...

Hawu kodwa sikwenzeni kangaka mara kuku ?

Ngiya memeza ngithi malibongwe igama lakho...

Wa hlula izinkunzi ezinkulu, o Shaka nabo Hitler...

U Madiba wathi uya zama, nangu, boo!! Phansi...

Khona maduze nje ushaye uTiger Woods noVuyo Mbuli!

Uyingwenya kuku !!!!!

Hayi mina ngiyak' saluter, ngithi dlula uye phambili..

No...!! U ntswembu

Abangakwazi mabakubuze kuPutco!!!!

Ngisho noMdokisi imbala (Doctor Khumalo)... Uyinja kuku, Skhokho
sam!!!

Na labafana namantombazane engiba thumelela le e-mail ba hlulekile...

Se kusele nje inkani engasho lutho, Labanye bazenza sengathi bakwazi
kangcono

Abakakutholi kahle kahle!!!!!

Malibongwe igama lakho wena GREAT one...

No!! Ngisa phinda ngithi UNTSWEMMBU BLIND KUKU !!!!!!!!!!!!!!!!!!!
.

No comments:

Post a Comment